October 21, 2021

UMicho ukhomba abamzondayo ngamacala okunukubeza

XOLILE MPISANE

OWAYENGUMQEQESHI we-Orlando Pirates, uMilutin ‘Micho’ Sredojevic, usamile ekuphikeni amacala okunukubeza ngokocansi inkantolo emlahle kuwona ngoLwesibili.

INkantolo yesiFunda yaseGqeberha imthole enecala ezigamekweni ezimbili zokuhlukumeza. Ube esefaka isicelo sokuphikisa isinqumo, esivunyiwe yinkantolo.

USredojevic owashiya isigubhukane iPirates ngo-2019 ngemva kwamasizini amabili, kuthiwa wakhuluma amazwi angafanele waphind…

Sport News