August 05, 2022

UHlungwani ukholwa wukuthi sebengabethenjwa onompempe

OBENGUNOMPEMPE emidlalweni yePremier Soccer League (PSL), uVictor Hlungwani, ukholwa wukuthi lingaphakama izinga lokuphathwa kwemidlalo eMzansi uma onompempe bengaqashwa ngokugcwele.

Ekupheleni kwesizini ka-2021/2022, uHlungwani waseLimpopo, umemezele ukuthi usethatha umhlalaphansi ekufutheni impempe emuva kweminyaka engu-23 esesigabeni esikhokhelayo.

Ungomunye wonompempe abahlale isikhathi eside ebholeni laseNingizimu Afrika. UHlungwani uzo…

Sport News