November 24, 2021

Kuvuleke amasango iPirates ibhudluza iStellenbosch

XOLILE MPISANE

Stellenbosch FC (0) 0

Orlando Pirates (2) 3

KUFEZEKE amazwi omqeqeshi we-Orlando Pirates, uMandla Ncikazi, ngoLwesithathu ebusuku ngesikhathi ezakhe zibhaxabula iStellenbosch FC ngo 3-0, emdlalweni weDStv Premiership obuseDanie Craven Stadium.

EZimnyama zingene kulo mdlalo kade zibambane ngo 0-0 neLamontville Golden Arrows ngempelasonto, nokwenze uNcikazi wakhala ngamathuba abawamoshayo phambi kwepali. Nokho lo mqeqeshi ubehlal…

Sport News