October 13, 2021

Kuvela eleMoses Mabhida ekusingatheni owamanqamu eMTN8

KUVELA ukuthi iMoses Mabhida Stadium ingase imenyezelwe njengenkundla ezosingatha umdlalo wamanqamu weMTN8 ozoba phakathi kweMamelodi Sundowns neCape Town City ngo-Okthoba 30.

Umthombo waleli phephandaba ongaphakathi eMabhida, ongavumelekile ukukhuluma nabezindaba, uveze ukuthi iPremier Soccer League (PSL) ibathintile ngalo mdlalo, ibazisa ukuthi abebe beqala ukwenza amalungiselelo.

Uqhube wathi iPSL yazise ubuholi bale nkundla ukuthi izomemeze…

Sport News