June 13, 2021

IPortugal nenselelo yokuvikela isicoco se-Euro

IDiski Yomhlaba

KULINDELEKE ukuthi amehlo athi njo eqoqweni eliwuGroup F le-Uefa European Championship, nedume ngele-Euro, eqala kuleli sonto. Yilapho kuboshelwe khona izingqungqulu okubalwa kuzo iPortugal, France neGermany.

IPortugal egabe ngezingwazi okubalwa kuzo uCristiano Ronaldo, Bernardo Silva, Bruno Fernandes, Joao Felix, yiyo evikela lesi sicoco esinqobe okokuqala ngo-2016 iguqisa iFrance ngo 1-0 kowamanqamu.

Lo mqhudelwano odlalwa em…

Sport News