May 27, 2022

IChiefs isezithendeni zomdlali we-Arrows

KUVELA ukuthi sekusele kancane iKaizer Chiefs iqede konke noPule Mmodi oyisibabuli seLamontville Golden Arrows.

Ngokuthola kwaleli phephandaba, lesi sikhwishikhwishi esiyibamba kuthule umoya ezinhlangothini phambili, sinqabe saphetha ukuvuselela inkontileka naBafana Be’sthende.

Ngokusho komthombo, bebesafuna ukusigcina.

Inkontileka kaMmodi ne-Arrows iphela ngoJuni 30.

Umthombo uphinde wapotshozela leli phephandaba ukuthi uMmodi usevele useyis…

Sport News