June 14, 2021

Usathukile umndeni ophunyuke uthunjiwe

NKOSIKHONA CELE

ASATHUKA izanya amalungu omndeni wakwaGina awu-11, endaweni yaseMange eMkhuze, aphunyuke ethunjwe yizigilamkhuba ebezikade zihlasele kuleli khaya ngezithuba zasentathakusa ngesonto eledlule.

Ngokuthola kweSolezwe NgoMgqibelo, lezi zigilamkhuba zifike kulo muzi zihlome ziyizingovolo zatshela uMnuz Vusi Gina ukuthi azizile ukuzodlala kodwa zizosebenza. Kuthiwa zingene ngamawindi zashaqa wonke umuntu obesendlini okubalwa nosana olu…

Trending News