May 25, 2022

Kuxoshwe isikhulu esanikeza uBushiri ubuzwe bakuleli

SIKHONJWE indlela isikhulu soMnyango wezaseKhaya esanikeza umfundisi waseMalawi ozibiza ngomphrofethi, uShepherd Bushiri, ubuzwe bakuleli.

UBushiri nomndeni wakhe banikezwa ubuzwe bakuleli obugcwele ngaphambi kokuthi bashaye bachithe kulandela ukuboshelwa amacala enkohlakalo nokukhwabanisa.

Emva kohlelo lokuqondisa ubugwegwe, uMnyango wezaseKhaya unqume ukukhomba indlela isikhulu esaphakamisa ukuthi uBushiri anikezwe ubuzwe bakuleli, uMnuz Ronn…

Trending News