May 24, 2022

Kushone abathathu ezingozini ezinyantisayo

ZIDLULE nemiphefumulo yabantu abathathu izingozi ezinyantisa igazi ezenzeke emigwaqeni yaseNewcastle naseMgungundlovu namuhla ekuseni.

Kubikwa ukuthi uvalwe thaqa uthelawayeka, uN11, eMajuba pass emuva kokuba umshayeli ephunyukwe yiloli abehamba ngalo lashayisa izimoto nabasebenzi abalungisa umgwaqo.

Abezimo eziphuthumayo, iKwazulu Private Ambulance Service (KZPA), bathi bafike endaweni yesehlakalo abasebenzi ababili sekuvele kubenele.

“Aban…

Trending News