June 21, 2021

Kushone 6 engozini bevela emshadweni

NONTUTHUKO NGUBANE

Uhambo lomndeni olubuya emshadweni luphele kabuhlungu ngesikhathi kubhubha amalungu amane omndeni abegibele itekisi, nababili abebehamba ngeveni ngesikhathi lezi zimoto zitholana phezulu engozini izolo emgwaqeni u-R74 ngaseGreytown

Itekisi neveni kushayisane mahlandla kwabe sekugqamuka amalangabi zasha zombili izimoto.

Ngokuthola kweSolezwe, kusinde abangu-16 abebesetekisini ebiphuma eNkandla. Umthombo weSolezwe uthe le teki…

Trending News