June 14, 2021

Kuboshwe odokotela mbumbulu KwaMashu

ZIBAKHALELE odokotelambumbulu baseThekwini ababoshwe emva kwezinsolo zokukhwabanisa izincwadi zokugula. Amaphoyisa aKwaMashu esigcemeni sakwaP, ophiko lweCrime Intelligence abophe abangani omunye oneminyaka ewu-37 nona-47 okusolwa ukuthi bazenza odokotela maqede benzele abantu izincwadi zokugula ezingekho emthethweni.

Okhulumela amaphoyisa esifundazweni iKwaZulu-Natal, uColonel Thembeka Mbele uthe abasolwa babanjwe emva kophenyo olunzulu lwamaph…

Trending News