October 13, 2021

Bahlukene phakathi emjondolo ngokuvota

KUHLUKENE imibono ngokhetho kubantu abahlala emijondolo yakuKennedy Road, eThekwini njengoba abanye bethi ngeke bavote kodwa abanye bathi bazolisebenzisa ilungelo labo bayovota.

Isolezwe lihambele le mijondolo ukuthola ukuthi ngoNovemba 1, ngabe abantu bazophuma ngobuningi babo yini ukuyokhetha abazobamela.

UMnuz Themba Quva oseneminyaka engaphezu kuka-10 ehlala kuKennedy Road, uthe uzovota ngoba ufuna ukuba nendlu nokuthi kuvuleke amathuba oms…

Trending News