September 20, 2021

Ingase yehle intengo kaphethroli ngo-Okthoba

KUBUKEKA ngathi izokwehla intengo kaphethroli ngenyanga ezayo uma kubhekwa ulwazi olushicilelwe wuMnyango wezaMandla kuleli.

Ngesonto eledlule i-Automobike Association (AA) ayikwazanga ukuqagela ukuthi intengo izoba njani ngenxa yokuthi umnyango ubungakayikhiphi imininingwane kwi-website yayo.

Lolo lwazi selukhona futhi kuvela ngathi intengo izokwehla mbijana.

Kuvela ukuthi uphethroli ungase wehle ngentengo elinganiselwa ku-18 cents ilitha ku-…

Lifestyle News