October 13, 2021

URami uzolingisa ephambili emdlalweni iGiyani

UMLINGISI wakuleli ongaconsi phansi kwabaningi, uRami Chuene, ungomunye wabalingisi abasha abazobonakala emdlalweni, iGiyani: Land of Blood, ezoqala ngoNovemba kuSABC2.

Kulo mdlalo wokuqala weXitsonga, nowajatshulelwa kakhulu abakhuluma lolu limi umenyezelwa, uRami uzolingisa indawo kaManoko Ledwaba.

Isizini yesibili kulindeleke ukuthi iqhubeke lapho kwagcina khona eyokuqala ngo-2019 njengoba yaphela kumapeketwane emphakathini waseRisinga.

Omu…

Entertainment News